Page 21 - Jill ist anders - zulu
P. 21

Manje u-Almire unombono:



                   "Ngicabanga ukuthi singaqagela ngezimpahla




                       ozigqokile ukuthi uyini: Amantombazane



                    agqoka izimpahla ezibomvana kanti abafana




                           bagqoka eziluhlaza sasibhakabhaka."



                           "Ayikho leyo nto!", kumemeza uLisa,



                           "Ngiyazizonda izingubo ezibomvana!"
                           "Ngiyazizonda izingubo ezibomvana!"



                              Namhlanje ugqoka ijezi eliluhlaza



                    sasibhakabhaka elinesithombe sehlengethwa.
   16   17   18   19   20   21   22   23   24   25   26