Page 17 - Jill ist anders - zulu
P. 17
Ngakusasa ekuseni, uTim ufika
nezithombe ezimbili esikoleni.
Ubaba wakhe uwuthisha futhi wuye ozidwebile.
"Ubaba uthe: Akukho nzima ukuthola ukuthi uyini:
Uma unetotolozi kanye nesikhwama samasende, ungumfana.
Uma unemomozi enezindebe kanye
nokubukeka sabhontshisi phakathi,
nokubukeka sabhontshisi phakathi,
kusho ukuthi uyintombazane.", Kuchaza uTim.
Bese uCarola anamathisele izithombe zombili ebhodini.

