Page 19 - Jill ist anders - zulu
P. 19
UJill acabange kancane bese aye ebhodini.
"Lalelani, nginemomozi kanye nokubukeka
njengobhonthsisi phakathi,
konke kubukeka njengetotolozi.
Umama ungitshele ukuthi esiswini sami
kunesikhwama samasende amabili."
Kusho uJill ezidweba phakathi kwezithombe
Kusho uJill ezidweba phakathi kwezithombe
ezimbili zikayise kaTim.
Zonke izingane zicabange ngalokho.
"Akulula njengoba ecabanga ubaba wakho.",
kusho u-Anna kuTim.

