Page 25 - Jill ist anders - zulu
P. 25

Manje uMaxi usenombono:



               "Masibheke lokhu, iliphi ithoyizi olithanda kakhulu.




                           Amantombzane adlala ngonodoli kanti



                                    abafana badlala ngezimoto."




                                      "Hhayibo, kanti uyagula?"



                  Kumemeza uLea? "Angikaze ngidlale ngonodoli,



                                      kodwa ngiyintombazane."
                                      kodwa ngiyintombazane."



                               kusho uTessi eqhamuka ekhoneni



                 elinamathoyizi okwakha. "Uma lokho kuyiqiniso,




                           kusho ukuthi uMartin uyintombazane.



                         Uhlala edlala ngonodoli esikoleni sethu,



                 ngoba ekhaya udlala ngezitimela nobaba wakhe."
   20   21   22   23   24   25   26   27   28   29   30