Izingane eziseqoqweni elibizwa ngeRainbow-Group
ziyajabula, ngoba kube nenye ingane engena
eqoqweni lazo namuhla.
Igama lakhe uJill futhi ubukeka ehlekisa
nezinwele zakhe ezimfishane ezimahliphihliphi
kanye namehlo akhe akhanyayo.
kanye namehlo akhe akhanyayo.