Page 43 - Jill ist anders - zulu
P. 43

Incazelo yamagama:



         Ubulili obuxubile:
         Leli temu lisetshenziselwa ukuchaza ubukhona bezakhi zomuntu
         wesilisa nowesifazane emzimbeni ngesikhathi esisodwa.

         Umuntu unobulili obuxubile, ngokwesibonelo, uma enamasende
         ngokujwayelekile ayisakhi sowesilisa kanye nemomozi
         ngokujwayelekile iyisakhi sowesifazane.
         ngokujwayelekile iyisakhi sowesifazane.
         Imizimba enezitho zangasese ezixubile iyehlukahlukana.
         Ubulili obuxubile abusiso isifo.


         IHermaphrodite:
         Leli yigama elisuselwe kunkolelo-ze yamaGrikhi futhi
         itemu lakudala elalisetshenziswa wongoti kwezokwelapha ukuchaza
         umuntu onobulili obubili ngesikhathi esisodwa. Namhlanje leli temu
         alisasetshenziswa. Abanye abanobubili obuxubile bazibiza ngalo.
         alisasetshenziswa. Abanye abanobubili obuxubile bazibiza ngalo.


         Izakhi ezimbili:
         Leli temu lisetshenziselwa ukuchaza izilwane ezinezakhi
         zokokungokwesilisa kanye nokukokwesifazane ngesikhathi esisodwa
         njengoba kwenzeka eminenkeni nakweminye iminyundu. Ukukhuluma
         ngabantu abanobulili obuxubile kusetshenziswa leli temu kufanele ngabe
         lithathwa njengenhlamba. Abanye abantu abaxube ubulili bayazibiza
         ngaleli temu, kodwa ngendlela yokususa udweshu.
         ngaleli temu, kodwa ngendlela yokususa udweshu.
   38   39   40   41   42   43   44