"Manje bhekani," kusho uCarola, "lokho kunjengothingo lwenkosazane. Lunemibala ehlukahlukene futhi nathi siluthanda kakhulu."